Product Detail

Cart Summary

0
R0,00

UMntanenkosi Othokozile (Zulu) (The Happy Prince)

Njengoba emi phezu kwensika ephakeme nje, uMntanenkosi Othokozile, isichuse esiphambili ngempela esenziwe ngegolide, ukwazi ukubona lonke usizi olutholakala edolobheni elilaphaya phansi. Usecela iNkonjane encane ukuba ide ikhipha leli gugu elisemzimbeni wakhe ukuze abelane ngalo nabampofu. Lapho uMntanenkosi Othokozile esecela umngani wakhe omusha ukuba ahlale amsize, iNkonjane ithola isifundo ngobubele nokunakekela abanye.

Inganekwane ka-Oscar Wilde engasoze yabuna exoxa ngobungani phakathi kukaMntanenkosi Othokozile neNkonjane, iphiliswa kabusha yimidwebo eyisimanga kaJoan Rankin. Le ndaba eselokhu yathandeka kusukela ekushicilelweni kwayo ngowe-1888 izothokozelwa ngokufanayo ngabadala nezingane.

Paperback, 28 cm x 24 cm, 48 pages, Age 5+

[BVP=12]

R140,00
Quantity:
Add to Cart Continue Shopping Update

Testimonials

Surfs Up - Reviews

A collection of dealer and customer reviews for our wonderful Acornkids products...



Latest News

Acornkids #1 in Fun! Recommended by Experts

This article about Acornkids is written by,  Shireen Thomas-Stark, who is a...



Like Us
Get a Free eBook

Acornkids  Head Office  Contact Number: 0861074776   Email: info@acornkids.com